February 26, 2018

Jovislash - DVDyelani (Lyrics)

Artist: Jovislash
Title: DVDyelani
 

[Intro]

Ung' DVDyelani manje
Ngi funuk ba khombis umhlaba jikelele ukuthi ngiyak thanda

[Chorus]

Ung' DVDyelani manje
Ngi funuk ba khombis umhlaba jikelele ukuthi ngiyak thanda
Ung' DVDyelani manje
Kuma facebook, twitter naku instagram sthandwa
Ung' DVDyelani manje
Ngi funuk ba khombis umhlaba jikelele ukuthi ngiyak thanda
Ung' DVDyelani manje
Nje ngo Msholozi a thandi s'tulo ma unga ng'khwelisa  nyeke ngi fune uku yehla
[Verse 1]
Sweety wi thambo lam, la ma hot wings
Mara sometimes uwi lama short ribs
Nge Valentine's day, ngzok thengel inkomishi
Une style kakhulu uku  ndlule sika somizi
Abant' abaningi mabas' bona bano mona
Nyeke s'hlukane nje ngo AKA no Bonang
They wanna fall for u, emghodini abavele bawe
Ang' su ngu Kwesta kodwa nami ngiyazi fela ngawe
Sek' se duze, ukuthi ngi thumele aba dala
Maba fika ungabi wu khanyi Mbau uchintshe ama Color
Futhi i-reverse yakho ifana neka Faith Nketsi
Bona wetsang, sheba eish ke metsi
[Chorus]
[Verse 2]
Ma ubheke le, ngbonu Beyonce haikhona,
Kodwa maubheke ngapha, ungkhumbuz u Akhona
Ang' si ngu Something Soweto, angi dlali kanje
Ngine mali hai ngo December ngzok' landa manje
Uyang casa, ngoba uya washa uya pheka
Bheka, kuvela mazinyo a yellow ma uhleka
Unga vumi, abangani ba faki juthas
I'm the king & you're the the queen, I can't be Brutus
Yim' u Black Coffee, wena ungu Mbali,
Asambe siyo hlale America, angithi sengine mali
Awuna twitter futh' a ukwazi uku Whatsspp-a
Uya ng'casa, ucithi skhathi ngok' pheki papa
[Chorus]
[Bridge]
Ngiya ku thanda sana, ngiyak thanda
(Ngiyak thanda)
Ngiya ku thanda sweety, ngiya ku thanda
(kea o rata)
Ngiya ku thanda sana, ngiyak thanda
(Na ku randzha)
Ngiya ku thanda sweety, ngiya ku thanda (Na ku lavha)
 
(chorus)

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *